Sanibona ngicela ningithakele umuthi wokuthi ngithandwe amadoda anemali?
Awukho umuthi wokushelwa abantu abanemali, lowomuthi usebenza kanjani kahle kahle, wenza abangenamali bangakuthandi abanemali bakuthande, abanemali kusuka from how much? Abaphethe imali ngesandla or abanemali ebank? Uma ungenayo ebank imali kodwa unezimoto nomuzi obizayo kodwa kuphela inyanga ungasenamali lowomuthi ukuthatha as umuntu onemali or not? Uma lowomuthi ukwenza uthandwe abanezimoto ngabe ubheka ama brands athile ezimoto or? Ezinye izinto aziwenzi umqondo, wena thana ufuna umuthi wokuthi ube nogazi uthandeke kubantu besilisa, izinto zakho zicace, ube muhle, abanemali ke uma bekhona sebeyokushela nabo together nabahluphekayo, uma wena ufuna imali maybe thola umsebenzi usebenze ube nemali or post ufune umuthi womsebenzi or we business why ufuna ukuqola abanye abantu ngemali abayisebenzele kanzima?
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |